8. Isigaba sama-59 soMthethongqangi sichibiyelwe lapha— (a) ngokufaka endaweni yesigatshana (1), (2) kanye (3) izigatshana ezilandelayo, ngokulandelana: ‘‘(1) Ukusebenza kwelungu loMbutho oseMbuthweni ngokuPhelele 5 kunaleso [esingahle] iyapheliswa— (a) ekupheleni kwezinyanga ezintathu ngemuva kosuku ilungu [elinje] elafaka ngalo ukwesula kwalo noma ekupheleni kwesikhathi nguMkhuzi esifushane woMbutho wezokuVikela. (b) ekupheleni kwanoma iyiphi inkontileka yesikhathi esibekiwe ehlanganiswe phakathi kwelungu kanye noMnyango noma ekupheleni kwanoma yisiphi isikhathi eseluliwe senkontileka enje; (c) uma ilunga selifike ebudaleni obubekiwe bokuthatha umhlalaphansi noma, lapho kusebenza khona, uma ilunga lisebenzisa ilungelo lakhe lokuthatha umhlalaphansi wempesheni ngokwezimisonqubo zempesheni esebenzayo; sivunyelwa (d) uma ilunga ligwetshwe isikhathi ejele yinkantolo yezakhamuzi yamacala efanele noma inkantolo yombutho wezempi ngaphandle kokuvunyelwa ukukhetha ukukhokha inhlawulo noma uma isigwebo esibandakanya ukudedelwa noma ukuxoshwa sibekwa kulo ngaphansi koMthethonqubo; (f) (e) uma uDokotela onguMhlinzi Jikelele noma yinoma yimuphi umuntu onikezwe igunya ukuba enze njalo ekhipha isitifiketi esithi ngenxa yezizathu zezemithi noma zezengqondo, ilungu [elinje] alikulungele ukusebenza eMbuthweni wezokuVikela; uma ilunga lishintshelwe komunye umnyango wombuso noma uhlaka noma izikhungo esisungulwe noma ngaphansi kwanoma yimuphi umthetho futhi lapho lithola izimali zalo ngqo, zonke noma ingxenye yazo, eSikhwameni seMali sikaZwelonke okukhulunywe ngaso esigabeni sama-213 soMthethosisekelo noma iSikhwama seZimali sesiFundazwe okukhulunywe ngaso esigabeni sama-226 soMthethosisekelo; ilunga lamukela ukukhethwa okhethweni njengelunga lePhalamende, isishayamthetho sesiFundazwe noma umkhandlu kamasipala; (g) uma (h) uma ilunga liba yilunga lePhalamende, isishayamthetho sesi- Fundazwe noma umkhandlu kamasipala; noma (i) Uma uMongameli eqoka ilunga ngokonomphela ngaphansi kwanoma yimuphi umthetho esikhundleni lapho uMthetho ungase- benzi khona. (2) Umsebenzi welungu loMbutho wezokuVikela ingaqedwa [ngoku- landela imithetho efanele]— (a) ngenxa yomphumela wokuqedwa kwesikhundla [selungu elinje] noma ngenxa yokwehliswa noma ukwehliswa noma ukuguqulwa ekwakhekeni kwesikhundla soMnyango [wezokuVikela] salelo lunga; (b) uma ngokwezizathu ezingezona [ukungakulungeni kwelungu] noma ukwehluleka kwelungu ukudedelwa okunje kungahle kugqugquzele ukusebenza kangcono noma ukonga eMnyangweni [wezokuVikela]; (c) ngenxa yokungakulungeli ukusebenza kwalo, [noma] ukwehluleka noma ukungakwazi ukukwenza kahle] ukwenza imisebenzi yakhe [kunganakiwe noma ukungakulungeli noma ngokufanele, ukwehluleka okunje kudalwa yimpilo engeyinhle yelungu engafikeli esimweni okubhekiswe kuso] ngesizathu okungezona ezibalwe esigabeni esingaphansi (1)(e); (d) uma, ngemuva kokusebenza isikhathi sokuhlolwa ngokwalo- Mthetho. ukuqashwa kwalo kungaqiniswa; 10 15 20 25 30 35 40 45 50 55 8 (e) (f) (g) (h) (i) (j) in a post [his or her] the continued employment of that member if constitutes a security risk to the State or if the required security clearance for his or her appointment is refused or withdrawn; if the member, while serving, has been convicted by a competent civilian criminal court or a military court of an offence which, in view of its gravity and the nature of the sentence imposed, renders the continued employment of that member in the Regular Force undesirable; if, before or since the member has been appointed, he or she has been convicted by a competent civilian criminal court or a military court on more than one occasion of offences which, considered individually, would not justify or did not lead to the dismissal of the member on account of misconduct, but considered collectively renders the continued employment of that member in the Regular Force undesirable; if, due to recurrent convictions of that member by military courts, the member is considered not to be amenable to military discipline; if the member has been convicted on five or more charges of contravening section 14(a) of the Code during a period of 24 months of continuous service; if any condition of the conditional appointment of the member is not fulfilled; (l) (k) by reason of any material misrepresentation of his or her position with regard to a condition for the appointment of the member to any rank or post in the Defence Force; if at any time during the formative or specialised training of the member in the corps or mustering in which he or she has been appointed, it becomes apparent that the member is unsuitable for such training and is not regarded as suitable to be remustered for employment in any other corps or mustering in the Defence Force; (m) if the member, after he or she has been lawfully instructed to submit himself or herself to a compulsory immunisation of the members of the Defence Force, refuses to do so; if the member is charged but has not yet been convicted in a competent civilian criminal court or a military court and the continued employment of the member in the Regular Force is rendered undesirable with reference to— (n) 5 10 15 20 25 30 35 (i) the gravity of the charges or allegations against him or her; (ii) the publicity that the charges or allegations is given in the 40 public and social media; (iii) the prejudice or potential prejudice for the reputation of the Defence Force as a result of such publicity; (iv) the impact of the charges or allegations on the confidence or respect of the public in the Defence Force; and (v) the constitutional imperative for the Defence Force to be structured and managed as a disciplined military force; and if, for just cause, the relationship of trust or respect between the member and the Defence Force has deteriorated to such an extent that it renders his or her continued employment in the Regular Force untenable or undesirable. (o) (3) The service of a member of the Regular Force who absents himself or herself from official duty without the permission of his or her commanding officer for a continuous period exceeding [30] 10 calendar days must be regarded as having been [dismissed if he or she is an officer, or discharged if he or she is of another rank,] terminated on account of misconduct, with effect from the day immediately following his or her last day of attendance at his or her place of duty or the last day of his or her official leave, but the Chief of the Defence Force may, on good cause shown, authorise the reinstatement of [such] that member on [such] the conditions [as] that he or she may determine.’’; 45 50 55 60 9 (e) uma ukuqashwa [kwalo] okuqhubekayo kwalelo lunga kuyingozi yezokuphepha eMbusweni noma uma ukuvunyelwa kwezoku- phepha okudingekayo ukusebenza ngokuthile, ngokuqashwa kwalo esikhundleni kwenqatshwa noma kuhoxiswa; uma ilunga, ngesikhathi lisebenza, ligwetshwe yinkantolo yamacala yomphakathi noma inkantolo yezempi ngecala, ngokubheka isisindo kanye ngendlela isigwebo esibekwe ngakhona, sivumela ukuqhubeka nokusebenza kwalelo lunga loMbutho oSebenza ngokweJwayelekile; (f) (g) uma ngaphambilini noma njengokuba ilunga seliqokiwe, ligwe- tshwe yinkantolo yomphakathi efanele noma inkanto yezokuvikela ngamacala angaphezu kwelilodwa, okuthi uma ebhekwa ngalinye, awakuvumeli noma awaholelanga ekutheni kumiswe ilunga ngenxa yokungaziphathi kahle, kodwa ukuqhubeka nokuqasha kwalelo lunga eMbuthweni oSebenza ngokweJwayelekile; (i) (h) uma, ngenxa yokugwetshwa kwelunga yizinkantolo zombutho wezempi, ilunga litholwe ukuthi alikwazi ukujeziswa umbutho wezempi; uma ilunga ligwetshwe ngamacala amahlanu noma ngaphezulu okungahambisani nesigaba se-14(a) eKhodi yisikhathi sezinyanga ezingama-24 zokusebenza okuqhubekayo; uma noma yisiphi singagcinwanga; isimo sokuqokwa kwelunga ngemibandela (j) (l) (k) ngesizathu sanoma yikuphi ukungameleleki ngokufanele kwesi- khundla sakhe maqondana nokuqokwa kwelunga lanoma iyiphi irenki noma isikhala eMbuthweni Wezempi; uma noma yisiphi isikhathi uqeqesho oluthile lwelunga egatsheni noma inhlangano aqokelwe kuyo, kucaca ukuthi ilunga alilufanele uqeqesho olunjalo futhi alikufanele ukubuyiselwa kwamanye amagatsha noma izinhlangano eMbuthweni wezokuVikela; (m) uma ilunga, emuva kokuthi eyalelwe ngokomthetho ukuthi azihambise emgomeni oyimpoqo wamalunga oMbutho wezoku- Vikela, engavumi ukwenza njalo; (n) uma ilunga elethweswe icala kodwa lingakajeziswa enkantolo yabantu efanele noma inkantolo yombutho wezempi kanye nokuqhubeka nokusebenza kwelunga eMbuthweni oSebenza ngokweJwayelekile lingasafuneki ngokubuka— (i) isisindo secala noma izinsolo abhekene nazo; (ii) ukusakazeka kwamacala noma izinsolo emphakathini kanye nasezinkundleni zokuxhumana; (iii) ubandlululo noma ubandlulululo olungaba khona ngesithunzi soMbutho wezokuVikela ngenxa yokusakazeka okunjalo; (iv) umthelela yamacala noma izinsolo ekuthembekeni noma ukuhlonipheka emphakathini koMbutho wezokuVikela; kanye (v) nokubaluleka ngokomthethosisekelo ukuthi uMbutho wezo- kuVikela ukuthi wakheke futhi uphathwe njengombutho wezempi ofundisekile; kanye (o) uma, ngezinjongo zobulungiswa, ubudlelwane bokwethembeka kanye nokuhlonipha phakathi kwelunga loMbutho wezokuVikela behle ngendlela yokuthi kuholela ekutheni ukuqhubeka nokuse- benza kwakhe eMbuthweni oSebenza ngokweJwayelekile kunge- sekwa noma kungasafuneki. (3) Ilungu elisebenzayo loMbutho oSebenza ngokweJwayelekile [oseMbuthweni ngokuPhelele] elingabikho ngokwalo emsebenzini osemthethweni ngaphandle kwemvume yomphathisikhundla owenga- mele isikhathi esedlula izinsuku [ezi-30] eziyi-10 zekhalenda, kufanele [lithathwe njengelixoshiwe uma ngabe lingumphathisikhundla noma lidedelwe uma lingelesinye isikhundla,] limiswe ngenxa yokuziphatha kabi ukusuka osukwini olulandela masishane osukwini lalo lokuacina lokuba khona endaweni yalo yokusebenza, kepha uMphathi oMkhulu wezokuVikela ekukhonjisweni kwezizathu ezizwa- kalayo, angagunyaza ukubuyiselwa kwelungu [elinje] ngokwezimiselo angahle azinqume.’’; 5 10 15 20 25 30 35 40 45 50 55 60 10 (b) by the substitution for subsection (6) of the following subsection: ‘‘(6) A member contemplated in subsection (1)(a), [or] (d), (f), or(g) who has undergone or who was undergoing education or training at State expense, remains liable for the repayment of such money as is repayable in terms of a contractual agreement [pertaining to such] in respect of that education or training.’’; and (c) by the addition of the following subsection after subsection (6): ‘‘(7) (a) The officer commanding of a member may apply to the Chief of the Defence Force for the termination of the services of that member on any of the grounds in subsection (2). (b) The application contemplated in paragraph (a) must— (i) be in writing; (ii) (iii) contain the prescribed information; and comply with the prescribed procedure and directives. (c) The Chief of the Defence Force must, after ascertaining that the prescribed procedure has been complied with, consider the application and may— (i) decide to terminate the services of the member; (ii) decide not to terminate the services of the member; or (iii) refer the application back to the officer commanding for further investigation in the prescribed manner before he or she makes a final decision. (d) The Chief of inform the officer the Defence Force must commanding and the member in writing within seven days of his or her final decision and must provide reasons for the decision. (e) A termination of services in terms of subsection (2) becomes effective on the last day of the month following the month in which the member was notified in terms of paragraph (d). (f) The Minister may prescribe any procedure, act, incidental matter or form that— (i) (ii) (iii) complies with the audi alterem partem rule; is not already provided for or required in terms of any other law; and is necessary or required in respect of a termination of service under this section.’’. Amendment of section 60 of Act 42 of 2002 5 10 15 20 25 30 35